Izingane zesikole zithole isidumbu sendoda

2016-08-15 20:30

Johannesburg - Kutholakale isidumbu sendoda okukholakala ukuthi ineminyaka eko-50 ubudala emzini wayo e-Avoca, yeTheku. 

IMarshall Security, ithi ibizwe endaweni yesehlakalo yinkampani yonodada basendaweni.

UKyle van Reenen – ongaphansi kwenkampani yonogada – uthi izingane zesikole beziyothenga esitolo esikulo muzi ngesonto eledlule ngesikhathi zibona isidumbu.

Funda nalolu daba: Sekushone omunye wesifazane

"Izingane zithi bezisaba ukubikela iziphathimandla, kodwa zagcina zilubikile lolu daba namhlanje ekuseni. Kukholakala ukuthi umufi sekuphele amasonto alinganiselwa kwamabili ashona.”

Lolu daba ludluliselwe emaphoyiseni eSAPS ukuba aqhube uphenyo, kubika i-ECR.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.