Izingane zishayiswe yimoto zashona zibuya esikoleni

2017-01-26 07:14

Johannesburg – Izingane ezimbili zishayiswe yimoto zashona eSoweto ngoLwesithathu ntambama, kusho amaphoyisa kaMasipala waseGoli.

Umfana oneminyaka emihlanu ubudala kanye nentombazane eneminyaka eyisikhombisa bebebuya ekoleni ngesikhathi sengozi.

Okhulumela amaphoyisa kuMasipala waseGoli, uChief  Superintendent Wayne Minnaar uthe izingane bezihamba eceleni komgwaqo uDlamini eKliptown.

OLUNYE UDABA: Ulahleke esibhedlela owasinda yedwa kuqothwa umndeni ngenhlamvu

Indoda eneminyaka engu-62 ubudala iphunyukwe yisiteringi semoto yayo yohlobo lweTata emhlophe yayoshayisa izingane.

Amaphoyisa abophe umsolwa amthwesa amacala amabili okubulala ngokungenhloso, nokushayela budedengu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.