Izingane zithole isidumbu sentombazane, 7, eGoli

2017-12-05 12:30

Johannesburg – Iqulu lezingane zithole isidumbu sentombazane eneminyaka eyisikhombisa ubudala emzini oseReiger Park, empumalanga nedolobha iGoli ngoMsombuluko.

Okhulumela abezimo eziphuthumayo bakwa-ER24 uRussel Meiring uthi bafike kule ndawo ngemuva kokuthi izingane zibikele abadala ngalokhu ezikubonile.

Abezimo eziphuthumayo bafike bathola abadala bezama ukwenza i-CPR ngenhloso yokuvusa le ngane.

"Abezimo eziphuthumayo babe sebeqhubeka nomsebenzi wokwenza i-CPR kule ngane bayinika nosizo olukhethekile ukuze kuhlengwe impilo yayo," kusho uMeiring.

OLUNYE UDABA:Itholakele intombazane ye-video yocansi

Uthi yonke imizamo yabo kayizange iphumelele, ngemuva kwemizuzu engu-40 kwacaca ukuthi umphefumulo usuhlukene nenyama.

Umbiko oqondile mayelana nalesi sigameko esiholele ekutholakaleni kwale ngane nokuthi kwenzakaleni kuyo ibingakacaci kahle, kodwa amaphoyisa abekhona ukuzophenya.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.