Izingozi eziningi eGauteng zenzeke eSoweto - MEC

2018-05-03 07:59

eGoli - Ilokishi laseSoweto yilona elinqenqeleza phambili ngezingozi ezidlule nemiphefumulo yabantu kanye nokwephula imitetho yomgwaqo ngale mpelasonto ende.

Lokhu kuvezwe wuMphathiswa wezokuPhepha koMphakathi uSizakele Nkosi-Malobane lapho eveza khona ukuthi kuboshwe abantu abangu-252, abangu-53 baboshwe kuleli lokishi.

Kusukela ngomhlaka 26 kuya kumhlaka 30 Ephril, kushone abantu abangu-22 abantu abahamba ngezinyawo, abashayeli abangu-11, abagibeli abangu-15 kanye nababili abashayela izithuthuthu noyedwa obehamba ngebhayisikili ezingozini ezingu-41 zangempelasonto.

OLUNYE UDABA:Bangu-51 abashone ezingozini zomgwaqo eGauteng ngale mpelasonto

"Kuyakhathaza kakhulu ukuthi kuyanda ukuziphatha okungahlelekile kanti lokhu kubonakala ngokwanda kwesibalo sabashona ezingozini zomgwaqeno.

"Siqaphele ukuthi izingozi eziningi zenziwa ukushayela ngesivinini esikhulu kakhulu, ukushayela uphuzile kanye nokuhamba ngezimoto ezingakufanele ukuba semgwaqeni,"kushoyena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.