Izinhlangano zisola uNgqongqoshe ngoluthinta olwakaSASSA

2017-02-18 11:25

Johannesburg – Izinhlangano zomphakathi zifuna izimpendulo njengoba kungaziwa ukuthi kuzokwenzakalani ngabantu abangu-17 million abathola isibonelelo semali kuhulumeni uma inkontileka ye-SASSA neCash Pay Master Services isiphelelwa yisikhathi ekupheleni kukaMashi.

ISouth African Social Security Agency kanye noMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi bekulindeleke bafake amaphepha eNkantolo yoMthethosisekelo kuleli sonto bacele imvume yokwelula inkontileka kodwa bebengakakwenzi lokho.

Nakuba uMnyango neSASSA beqhubeka nemizamo yokuqinikisekisa abantu ukuthi bazoqhubeka nokuthola imali, imenenja yenhlangano yomphakathi iBlack Sash, u-Elroy Paulushas, uchaze lokhu kudideka okukhona njengenkinga, wafuna uNgqongqoshe uBathabile Dlamini aphendule ngalokhu.

OLUNYE UDABA

“Inkinga enkulu kithina ukuthi ubani ofaka imibuzo iSASSA, ubani ofaka imibuzo uNgqongqoshe? Yikomidi lezokuThuthukiswa koMphakathi ePhalamende? ngabe abanye? Kusho uPaulus kwiNews 24.

IDemocratic Alliance isicele uMengameli Jacob Zuma axoshe uDlamini, imsola ngokudala izinkinga ukuze kuzokwelulwa inkontileka engekho emthethweni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.