Izinkampani zaseZim zifuna kusetshenziswe irandi kuleliya lizwe

2016-11-08 12:34

Cape Town – Izinkampani zaseZimbabwe kubikwa ukuthi sezinxuse uhulumeni ukuba kusetshenziswe irandi laseNingizimu Afrika kunedola laseMelika.

Ngokombiko weBloomberg, iConfederation of Zimbabwe Industries ithe nakuba kumele kuqhubeke ukusetshenziswa kwezimali ezahlukene zakwamanye amazwe, imibiko yonke yezimali kumele yethulwe ngamarandi.

OLUNYE UDABA:  Irandi libuyelwe ngamandla kuhoxiswa abebhekene noGrdhan

IZimbabwe yayeka ukusebenza imali yakuleliya lizwe ngo-2009 kanti manje isebenzisa kakhulu idola laseMelika nerandi laseNingizimu Afrika, nakuba nezinye izimali zakwamanye amazwe zivumelekile nazo.

Le nhlangano ithe liya ngokuheha kakhulu irandi njengoba leliya lizwe liqhubeka nokubhekana nenkinga enkulu ngedola laseMelika.

"Siphakamisa ukuba ungqongqoshe aqale manje ukwethula isabelomali ngamarandi kune-dola laseMelika.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.