'Izinkomo zikaZuma ziphila impilo engcono kabi' - uMaimane

2016-05-03 17:01

Durban -  Umholi we-Democratic Alliance uMmusi Maimane ugxeke into ayichaza njengohlelo lwe-ANC lokukhankasa ngokuheha abantu ngezikibha kanye nangamaphasela okudla.

Lo mholi uthi lokhu akusishintshi isimo sabantu abadla imbuya ngothi. UMaimane ubevakashele indawo ehlala iqoqo lemindeni e-Ark Shelter eWentworth, eningizimu yeTheku.

Ingu-18 imindeni ehlala kule ndawo kanti futhi kudala ilindele ukuthola izindlu zomxhaso kusukela kuhulumeni

OLUNYE UDABA:UZuma akuyona kuphela inkinga esinayo - Maimane

U-MEC wokuhlaliswa kwabantu ubevakashele kule ndawo ngosuku olwandulela ukufika komholi we-DA, wathembisa abantu ukuba uzobakhela izindlu kungensuku zatshwala.

"Abantu baseNingizimu Afrika bahlalisa okwamagundane futhi bahlale ezindaweni ezingezinhle neze. Kuyacaca ukuthi i-ANC isikhohliwe ngabantu isukuma ngoba nakhu izwe kuthiwa iDA iyeza, ifika lapha izonikeza abantu izikibha,”kusho yena.

-Newswatch

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.