Izinqume uqhoqhoqho phambi komndeni kujatshulelwa ukubuya kwayo eKZN

2016-08-12 16:00

Mtubatuba - Umcimbi womndeni wokubungaza ukubuya kwesihlobo uphenduke inhlekelele eMtubatuba KwaZulu-Natal ngoLwesithathu, kubika iZululand Observer.

Ngemuva kwehora uWelcome Bhekizenzo Donda, 31, waseMadwaleni ebuyile ekhaya lo mcimbi uphele kabi ngesikhathi ezinquma uqhqoqhoqho ngocelemba phambi kwagogo wakhe.

OLUNYE UDABA: Isiguli sizinqume uqhoqhoqho esibhedlela

Ngokusho kwamalume uMbongeni Mkhwanazi, ngesikhathi bejabulela ukubuya kukaDonda, uvele waqala washitsha.

"Besijabule ngendlela eyisimanga ngokubuya komshana ekhaya ngemuva kwesidlo sakusihlwa ube eseqala elokhu ephuma engena endlini nasesibayeni," kusho uMkhwanazi. 

Lo malume uphinde wathi ngesikhathi bembuza ukuthi kwenze njani ube esexabana nodadewabo nabafowabo wabaxosha endlini, kubika iThe Citizen.

"Sivele sakhathazeka saqinisekisa ukuthi zonke izikhali zifihliwe ngoba kuyaziwa ngokugula kwakhe ngokwenqgondo."

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.