Iziphathimandla eTshwane zisiqaphile isimo emgwaqeni

2017-11-08 08:03

Johannesburg - Iziphathimandla eTshwane njengamanje ziqaphe isimo emigwaqeni ephazamisekile njengoba kuqhubeka isiteleka samatekisi.

ITshwane Metro Police Department ithi abashayeli bahamba ngonyawo lonwabo basuka eSoshanguve baya eMarabastad lapho abayohlanganyela khona.

Labo somatekisi bafuna kwesulwe amathikithi phakathi kwezinye izingqinamba ababhekene nazo.

OLUNYE UDABA:Kuxwayiswa abashayeli bezimoto nezakhamuzi ngesiteleka sabamatekisi

Owe-TMPD u-Isaac Mahamba, uthe: "Angu-50 amatekisi asuka eSoshanguve akuMabopane Highway. Ahamba kancane emgwaqeni kodwa amaphoyisa asiqaphile isimo."

Kunemibiko evelile ethi amatekisi eGoli nawo aseqalile aphazamisa ukuhamba kwezimoto eSoweto.

Omunye wabashayeli, uthe amatekisi eGoli nawo ayingxenye yalesi siteleka.

"Lesi siteleka samatekisi sesikapakele yonke indawo, iDobsonville yonke neGoli lonke."

 - Twitter:

- EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.