Iziphathimandla zivale opopayi ‘abatusa ubutabane’ kuDStv

2017-06-19 16:02

Cape Town – Iziphathimandla zaseKenya sezivale isigubhukane izinhlelo eziyisithupha zama-cartoon ezingane “atusa ubutabane” nadlala eziteshini zikamabonakude ezitholakala kuDStv, iNickelodeon (DStv 305) kanye neCartoon Network (DStv 301) zaphinde zayalela uMultiChoice ukuthi ayeke ngokushesha ukukhombisa labo popayi kuDStv “abenza kujwayeleke, kuhaleleke noma baze batuse ukuziphatha ngendlela yobutabane” futhi kulimaza “imindeni”.

IKenya Film Classification Board (KFCB) ithi opopayi abadlala ku-Nickelodeon - iLoud House, iThe Legend of Korra kanye neHey Arnold; kanjalo nalabo abadlala kuCartoon Network - nokuyiSteven Universe, i-Adventure Time kanye neClarence, baphule imithetho ebekiwe.

OLUNYE UDABA: I-SABC ingase iqondise izigwegwe uRobert Marawa ngokuduba uhlelo

IKFCB ithi labo popayi “kuhloswe ngabo ukwethula izingane ekuziphatheni okungamukelekile”.

Esitatimendeni, iKFCB ithi labo popayi “bayinto enganambithisiseki futhi engafanelekile” kanye nokuthi “baqonde izingane futhi bafuna ukukhubaza indlela ezihlulela ngayo okuhle nokubi esakhiweni somndeni”.

“Ibhodi selibhalele uMultiChoice, abanikazi beDStv, ukuze banqamule ngokushesha ukusakazwa” kwalezi zinhlelo.

INickelodeon isanda kukhombisa ukuqabulana kwabantu bobulili okufanayo emdlalweni iThe Legend of Korra.

Ngesikhathi uMultiChoice uphendula iChannel24 ngalokhu kuvalwa kwalabo popayi uthe angeke uphawule ngemininingwane kodwa wathi le nkampani yeziteshi ezikhokhelwayo ithole ngalokhu kuvalwa kwezinhlelo encwadini kanye nokuthi uMultiChoice Africa “kuyimanje uphenya ngezinto eziphakanyiswe encwadini”.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.