Izitabane zakuleli zibusiswe ngengane yentombazane

2016-05-12 16:02

Johannesburg – Izitabane ezaphumela obala ngempilo yazo, uSabelo noSibusiso Gabuza, abahlala eGoli, kukholakala ukuthi bayizitabane zokuqala kuleli ukusebenzisa uhlelo i-surrocay.

Lezi zithandani zithi bese zizame isikhathi eside ukuba nabantwana, ekugcineni kwalunga.

Kuthiwa imindeni yalaba yaveza ukuthi izoweseka umshado wabo, kepha kumele bathembise ukuthi bazoba nabantwana.

Lezi zithandani zithi zasizwa umngani wazo omkhulu ongowesifazane wazithwalela indodakazi yazo, uNdalo - osenezinyanga ezine manje.

OLUNYE UDABA: Zihlukanisile izitabane zodumo lomshado wesintu

Nokho uSabelo uthi kwaba nzima ukuchazela imindeni yabo ngezinhlelo zabo, ngoba ingabantu bamasiko.

“Ogogo babebiza ingane yethu ngolamthuthu, bethi bafuna ukubona ukuthi ngeke yini nayo ibe ngumlathuthu. Babelangazelele ukuyibona isengaphakathi esiswini,” esho.

Uthi bobabili badabuka KwaZulu-Natal, eMnambithi, kanti bahlangana ekolishi eGoli.

Lezi zithandani zithi zasebenzisa imali ebalelwa ku-R400 000 kwi-surrogacy, kepha azizisoli nakancane ngoba indodakazi yazo iyikho konke kuzo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.