Izithandani zenze indumezulu yephathi zidivosa

2016-12-23 17:32

New York - Ziphenduke ondabamlonyeni izithandani ezineminyaka engu-48 ubudala, ezinamadodakazi amabili asekhulile, ngesikhathi  zibungaza ukupphela komshado wazo weminyaka engu-24.

Ebantwini abaningi idivosi iyingxenye yempilo engeyinhle futhi ethatha isikhathi ukuba idlule.

Nakuba kunjalo, ezinye zezithandani zivele zaduma ngokwenza isiphihli sephathi yedivosi, zibungaza ukuphela komshado wazo.

UJeff Becerra noMichelle Mahoney, bobabili abaneminyaka engu-48 ubudala, sebeqede iminyaka engu-24 beshadile kanti banamadodakazi amabili ndawonye.

OLUNYE UDABA: Indumezulu yedili lomculo wekwaito

Ngemuva kokuba bobabili belulekwe ngokwenqondo, bavumelana ngokuthi sekuyisikhathi sokuba bahlukane. Yize kunjalo, bathatha isinqumo sokuba babengabangani.

Laba bobabili bavumile ukuthi isinqumo abasithatha sabanzima.

Lezi zithandani zithi bezibungaza isiqalo esisha empilweni.

 -WWN

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.