Izithandani zishaye isalukazi zifuna ukuyokwenza ucansi

2016-08-15 16:02

Miami – Kuboshwe umlisa waseMiami kanye nentombi yakhe ngezinsolo zokushaya isalukazi ngoba singafunanga ukubahambisa ngemoto ekhaya ukuze bezokwenza ucansi, kubika iMiami Herald.

Izithandani, uMichael Rubio,25, noJacquelyn Carrasquillo,27, kuthiwa bezihamba nogogo womlisa ngesikhathi kuqubuka ingxabano emotweni kubangwa ukuthi akafuni ukuzihambisa emzini kaCarraquillo.

Isisulu simise imoto sazama ukugxumela ngaphandle ukuze sizozihambela ngonyawo siyekhaya ngesikhathi umzukulu wakhe nentombi yakhe bemshaya.

Funda nalolu daba: ingane ibulale enye, kwaboshwa unina

Izithandani kuthiwa zibalekile ngemuva kwesigameko, kubika iWSVN.

URubio noCarrasquillo baboshiwe ngokuhamba kwesikhathi, bathweswa amacala ehluleke, okubalwa kuwona elokweba nelokushaya isalukazi esineminyaka engu-65 ubudala.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.