Izithandani zivuke kwamabili zithola ukuthi zilele nomuntu ezingamazi

2016-07-20 13:30

Wisconsin - Izithandani zivuke phakathi nobusuku zithukile ngemuva kokuzwa ukuthi zilele nomuntu ezingamazi, kusho amaphoyisa aseWisconsin.

Amaphoyisa aseRiver Falls athe abizelwe efulethini eliku-1110 State Street ngemuva kokuba izithandani zikhanyise ugesi ekamelweni lazo zabona indoda engaziwa isembhedeni wazo.

OLUNYE UDABA: Owesilisa uthi akazisoli ngoklinya udadewabo obethatha ama-selfie

Ngokusho kophenyo lwamaphoyisa lesi sigameko senezeke ngMgqibelo ekuseni ngezithuba zabo-04:00. Indoda eneminyaka engu-32 ubudala itshele abaseshi ukuthi izwe into izikhuhla kuye embhedeni.

Le ndoda ibilele nayo kodwa ibingathintwa nguye.

Ibe isivusa intombi yayo, bezwa ukuthi ababodwa embhedeni, bavuka bayokhanyisa. Ukukhanya okuveze ukuthi balele nomuntu abangamazi embhedeni wabo.

Le ndoda ibe isivuka yaxolisa ngokungena efulethini labo. Umsolwa bamphelezela wayophuma ngomnyango. 

Umsolwa wazinikela emaphoyiseni wafike waxolisa wathi ubezitshela ukuthi ifulethi lomngani wakhe, kubika iwwww.



“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.