IZITHOMBE: Amaphoyisa aseNkandla asathungatha iziboshwa ezeqa ezitokisini

2017-03-29 18:02

eNkandla - Amaphoyisa acela umphakathi ulekelele ngolwazi olungaholela ekuboshweni kwabasolwa abathathu abeqa enkantolo.

USipho Mthokozisi Simo Langa, 29, uLindokuhle Bhodloza Manqele, 22, kanye noSthembiso Goodman Thole Langa, 29, babhekene necala lokubulala.

Amaphoyisa aseNkandla athi laba basolwa beqa eNkantolo yesiFunda eNkandla ngomhlaka-22 Febhuwari kanti abakatholakali kuze kube yimanje.

OLUNYE UDABA:Zivuke umbhejezana iziboshwa zinikwa i-mash ejele

Abasolwa beqa ngesikhathi besalinde esitokisini ngaphambi kokuqulwa kwecala labo lokubulala uLindithemba Mxolisi Ndlovu, 20, waseSikhalenisebomvu, ngaphandle kwaseNkandla ngomhlaka-26 Ephreli 2015.

Uma kukhona onolwazi olungasiza amaphoyisa angaxhumana nomseshi uDetective Constable Bongiwe Nene ku-073 2321151 noma ashayele i-Crime Stop ku-08600 10111.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.