IZITHOMBE: Angenisile ama-anda enziwe ngo-lace

2018-03-01 19:32

Durban - Isifikile injabulo kwabesilisa abazifelayo ngendwangu ewu-lace njengoba manje sekunama-anda amasha enziwe ngalolu hlobo lwendwangu.

Ibonakala idlisa kulezi zinsuku eyama-anda nama-boxer enziwe ngo-lace njengoba etshengiswe ngisho ngumsiki wengqephu odume umhlaba wonke, uTom Ford, eNew York Men's Fashion Week ngenyanga eyedlule. 

“Ukufaka izimpahla zangaphansi kufana nokweleka enye ingubo emzimbeni, mina kangikuthandi lokho ngoba ngiyathanda ukuzizwela ngibushelelezi," esho.

"Kepha kuba yinkinga uma ingane isikhala phakathi nobusuku sekumele ngiyiphuthume uthole ukuthi ngishaya ngesudi yesele. Kungcono uma kuthiwa kukhona okwangaphansi engikufakile."

OLUNYE UDABA: I-anda efihlayo uma uvukelwe

Uthi bese kuneminyaka eminingi ezikhuza ngokusika uhlobo lwala ma-anda ngoba engafuni ukulahlekelwa wumkhiqizo wakhe odume ngokuba yinguganaboya.

Lolu hlobo lwama-anda luyatholakala ezitolo ezidayisa izimpahla ngohlelo lwe-internet kanti iyodwa ibiza u-R72.

Buka izithombe ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.