IZITHOMBE: Bafike ngobuningi enkantolo kwelokuphikisana nobuholi be-ANC eKZN

2017-08-16 14:01

Pietermaritzburg – Silokhu sikhule njalo isibalo samalungu e-ANC ezinhlangothi eziphikisanayo ngaphandle kweNkantolo eNkulu eMgungundlovu ngesikhathi amalungu e-ANC anganeme KwaZulu-Natal eqhubeka nokuphonsela inselelo enkantolo ukukhethwa kobuholi besifundazwe kanjalo neProvincial Executive Committee (PEC).

Amalungu e-ANC anganeme akhala ngokuthi izinhlelo azihanjiswanga ngendlela okhethweni lokukhetha ubuholi besifundazwe ngonyaka ka-2015. 

Kulolo khetho, lowo osenguSihlalo we-ANC KwaZulu-Natal, uSihle Zikalala, wabhincisela nxanye lowo owayenguSihlalo futhi enguNdunankulu wesifundazwe, uSenzo Mchunu.

OLUNYE UDABA:Ningayeki ukufaka i-ANC enkantolo ize ifunde ukuhola – Bheki Cele

La malungu angeneme afuna ukuba kugudluzwe i-PEC yesifundazwe ekhona njengamanje, kuphinde kubuyiselwe emuva zonke izinqumo esizithathile kusukela yaqokwa. Lolu daba luzolalelwa yibhentshi eliphelele eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu kusukela ngoLwesithathu kuya kuLwesihlanu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.