IZITHOMBE: Bekuqhakanjiswa amaSiko namaCiko eMpendle

2017-09-17 17:29

Durban - Intsha yaseMpendle ibihlanganyele ehholo lomphakathi emcimbini wokuqhakanjiswa kwamasiko nobuciko.

Izinhlangano, Izandla zothando, iMzi Zuma kanye nomasipala wakule ndawo bahlanganyele ndawonye ukugubha inyanga yamagugu.

Lo mcimbi ubuhanjelwe yizikhulu zikahulumeni wakule ndawo kanye nosaziwayo abafana no-Ayanda Msweli obemenywe ukuzokhuthaza intsha ngokuphepha emgwaqeni kanye nokuvikeleka.

UMsweli odume kakhulu ngokuxwayisa abashayeli ngokuphepha kanye nezimo zemigwaqo ezweni lonke utshele abeZindaba24 ukuthi mining imikhankaso ayenzayo ukuqwashisa abafundi ikakhulukazi laba abangodado ngokuphepha uma beya ezikoleni.

“Ngijabule kakhulu ukuthola isimemo sokuhambela lo mcimbi. Ngiyathanda ukuhambela imiphakathi eyahlukene ngeshumayela ivangeli lokuphepha emigwaqeni.

OLUNYE UDABA:Izingane Zoma zihlela indumezulu yomcimbi eNquthu

“Miningi imibiko engiyaye ngiyithole ngokulimale kwezingane ikakhulukazi lezi ezasemakhaya, ukulahleka kwezingane ezihamba nomalume ukuya esikoleni kanye nokungahleleki kwezinsiza zezokuthutha. Ngiyaye ngikhuthaze oMasipala ukuba bakhumbuze imiphakathi ngemigomo okumele bayilandele ukuze baphephe ikakhulukazi emicimbini efana nalena, ehlanganisa intsha nabazali,”kusho uMsweli.

IMeya yaseMpendle uMnu Ndlela, ubonge izinhlangano ezibambe iqhaza kulo mcimbi, wathi kuyamthokozisa ukubona intsha izinikele ekugcineni nasekuhloniphena amasiko namaciko.

“Ngilapha namuhla ukuzokhumbuza izakhamuzi zethu ukuthi sizohlezi sinabo futhi sizozeseka kakhulu izinhlelo ezenzelwe ukukhuthaza ubumbano nokuqhakanjiswa kwamakhono entsha,”kusho yena.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.