Izithombe ezihlasimulisa umzimba zomfana olimele ekhanda

2016-08-18 11:30

Beirut – Amaqembu aphikisayo eSyria akhiphe izithombe ezihlasimulisa umzimba zomfana osindiswe ngemuva kokuhlaselwa amavikela mbuso e- Aleppo.

(isithombe abezindaba e-Aleppo)

Kulezi zithombe kubonakala umfana omabokoboko ehleli emotweni yabosizo lokuqala. Abosizo lokuqala bahlenge lomfana, 5, obelimele kabi ekhanda.

Efika esibhedlela odokotela baveze igama lalo mfana njengo-Omran, kanti ubenenxeba elibi kakhulu ekhanda.

Odokotela bazwakale kwividiyo bekhuluma ngokwanda kwezibhedlela ezihlaselwe kwidolobha kazi lakuleli iQaterji. Nabo basabela impilo yabo njengoba amavikelambuso ebaqaphe ngawokhozi ukuba abakhulumi nabezindaba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.