IZITHOMBE: Ibidonswa yizimbongolo iMercedes iweliswa umfula ibheke eZim

2017-08-02 19:29

Durban - Siyanda isibalo sezimoto ezeqiswa umngcele phakathi kweNingizimu Afrika namanye amazwe akhelene nayo.

Ngokubika kwe-SABC News, zingu-120 izimoto ezibanjwe ngamaphoyisa ala mazwe womabili ngesikhathi esingangamahora angu-24.

NgoLwesibili, amaphoyisa aseLimpopo abambe abasolwa bezama ukuwelisa imoto yohlobo lweMercedes Benz C220 ngomfula.

OLUNYE UDABA:Izigebengu zibanjwe zisageza esangomeni, kwaGqikazi

Izigebengu bezisebenzisa izimbongolo ukudonsa le moto kanti amaphoyisa abambe abasolwa ngesikhathi lezi zimbongolo sezehluleka ukudonsa le moto esihlabathini.

Abasolwa babaleke bayongena emahlathini belibhekise eZimbabwe.

Buka nazi izithombe ngezansi:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.