IZITHOMBE: Kuboshwe 'abeba' izimoto endaweni

2017-08-31 07:01

Durban - Amaphoyisa aseMalvern avimbe imoto yohlobo lweRenault Sandero esolisayo inamadoda amane ngaseCroftdene.

Ngesikhathi lamadoda ebona imoto yamaphoyisa, akhuphule isivinini ezama ukubaleka ebheke emgwaqeni uSilverglen.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa azotshalwa yonke indawo kule mpelasonto -KZN

Amaphoyisa agcine ebavimbile, ngesikhathi kuseshwa imoto yalaba, kutholakale amathuluzi asetshenziwa uma kwebiwa izimoto okubalwa kuwo ama-remote jammer, kanye namabhokisi amakhompyutha ezimoto.

Laba basolwa abane baboshiwe kanti basazophenywa kubonakale uma bake benza ubugebengu bokweba izimoto.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.