IZITHOMBE: Kuginqike amaloli amabili kuN3 uma ubheke ePMB

2017-12-14 09:32

Durban - Kudaleke esikhulu isiminyaminya emzileni obheke ePietermaritzburg uma usuka eThekwini ngenxa yezingozi ezimbili ezenzeke ngoLwesine ekuseni.

Okhulumela abeKZN EMS uRobert McKenzie utshele abe-News24 ukuthi kunezingozi ezimbili ezenzeke kuthela wayeka u-N3 ekuseni.

Isigameko sokuqala ngesokuginika kweloli ku-N3 ngaseCliffdale, kulimale abantu ababili kulokhu.

OLUNYE UDABA: #BlackMonday: Iloli lishayise ebebebhikisha ngokubulawa kwabalimi

"Lesi sigameko sidale esikhulu isiminyaminya njengoba umgwaqo usavaliwe,"kusho yena.

UMcKenzie uthi isigameko sesibili nakhona kuwe iloli ku-N3 ngaseNew England.

"Kulimale umuntu oyedwa kulokhu kanti nakhona kuvalwe umgwaqo ukuze kulungiswe lesi simo ngokushesha."

Usaqhubeka umsebenzi owenziwa kulo mgwaqo kanti usuvuliwe kancane ngaseCliffdale njengoba abezimo eziphuthumayo besazama ukudonsa leli loli.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.