IZITHOMBE: Kume yonke into kuteleka abamaloli ePitoli

2017-03-01 09:33

Pretoria – Kume nse  ukuhamba kwezimoto emigaqweni engothelawayeka yasePitoli ngenxa yemibhikisho yabashayeli bamaloli abavale imigwaqo.

Kubikwa ukuthi laba bashayeli bamaloli bathutha amalahle akwa-Eskom bawase eziphehlinimandla ezehlukene eNingizimu Afrika, kanti babhikisha ngenxa yesinqumo sika-Eskom sokusebenzisa kakhulu amandla kagesi avuselelwayo (renewable energy).

Lama loli avale thaqa iningi lemigwaqo engothelawayeka ebheke eGoli kanye nasePitoli ngoLwesithathu ekuseni. Phakathi kweminye yemigwaqo ethintekile kubalwa u-R21, u-N4, u-N12 kanye no-N1.

OLUNYE UDABA: Kuqubuke umbhikisho elokishini laseThekwini

Kuphinde kwabikwa nokuthi iCoal Transport Forum ikhala ngokuthi isinqumo sika-Eskom ne-Independent Power Producers (IPPs) sizoholela ekulahlekeni kwemisebenzi.

Kubikwa ukuthi lama loli angenele umbhikisho alibangise e-Union Buildings nokuyilapho befuna ukozwakalisa khona izikhalo zabo. Bathi bazosebenzisa wona amaloli abo besuka emadolobheni ahlukene okubalwa kuwona iRustenburg, Witbank kanye neGoli, bebheke ePitoli.

USenior Superintendent Isaac Mahamba utshele iNews24 ukuthi bathole isicelo sokuthi lama loli ahambe ebheke ezindlini zoMbuso, kodwa lesi sicelo sichithiwe.

UMahamba ukugxeke kakhulu ukuvalwa kwemigwaqo, wathi akukho emthethweni.

Zibonele eminye yemifanekiso yesixakaxaka esidalekile ngenxa yalo mbhikisho wamaloli:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.