IZITHOMBE: Kumnyama bhuqe eThekwini ngenxa yelangabi

2017-03-24 16:01

Durban - Abezimo eziphuthumayo basazama ukubhula ilangabi lomlilo oqale ekuseni efemini yakwaTransnet.

Okhulumela abakwaTransnet uMolatwane Likhethe uthe baphuthume bangenisa izinsiza zabo zezimo eziphuthumayo ukuze kukhishwe bonke abasebenza abebephakathi kule femu.

Lo mlilo ubonakala uqina kakhulu njengoba kusolakala ukuthi kukhona uplasitiki kanye ne-wax phakathi kuleli femu nokuyinto eyenza kubenzima ukuba kubhuleke ilangabi.

UGarrith Jamieson okhulumela abeRescue Care uthe: "Izicishamlilo zizama ngakho konje okusemandleni ukubhula leli langabi kodwa okwenza kubenzima yizinto eziphakathi kuleli femu futhi kukhona nomoya onamandla okunguwona obhebhethekisa lo mlilo."

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: Lisha ubuhanguhangu ibhilidi eThekwini

Okhulumela abe-ER24 u-Russel Meiring uthe: “Abezimo eziphuthumayo basazama ukubhula ilangabi efemini yakwaTransnet kanti okwamanje uyedwa umuntu olimele kabi emlenzeni kulesi sigameko.”

Leli langabi selithungele izindawo eziningi kule ndawo kanti intuthu yakhona isihambe yaze yamboza izindawo ezithile edolobheni iTheku. 


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.