Izithombe: Ngabe usenentombi entsha uCassper?

2016-05-11 13:31

Johannesburg - Ekuqaleni kwesonto abephehabhuku iDrum badalule ukuthi uBoity usezitholele isoka elisha u-Anele Papu, izinkundla zokuxhumana zazasina zazibethela ngalolu daba.

Iningi belibugxeka ubudlelwane bukaBoity no-Anele  kanti abanye bethi u-Anele 'udle uCassper izithende' ngoba kuzwakale ukuthi babengabangani.

OLUNYE UDABA: Usethole uthando olusha usaziwayo owahlukana nomrepha

UCassper akakaze aphawule ngalolu daba kodwa uvele wafaka isithombe esiveza imilenze yowesifazane nezicathulo zakhe enkundleni yokuxhumana kwathi ngemuva kwesikhashana wase efaka isithombe somlungu nombhalo othi "Woman Crush Wednesday". 

Ngesikhathi kubonakala lesi sithombe kube nemibuzo ethi ngabe uzama ukuveza isithandwa sakhe esisha noma nje usifakile ngenxa yobuhle balo wesifazane.

Izithombe: 

South Africa has the most beautiful women in the world!!! Here's my #WCW

A photo posted by Refiloe Phoolo ???? (@casspernyovest) on

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter




Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.