IZITHOMBE: Sishubile isimo njengoba kuqhubeka isiteleka samatekisi e-PMB

2018-01-25 16:01

Durban - Kubi enkabeni yedolobha eMgungundlovu njengoba abashayeli bamatekisi bengenele isiteleka bekhala ngoMasipala uMsunduzi abathi unyuse amathikithi okwephula imithetho yomgwaqo.

Lokhu kudale ukuphazamiseka kwezinto zokuthutha, abantu - okubalwa nezingane zesikole - basala dengwane.

Ezithombeni ezizungeza ezinkundleni zokuxhumana kubonakala amatekisi enkanise emigwaqeni yedolobha, udoti usakazeke phakathi nomgwaqo kanti kwezinye kubonakala izimoto ezokhelwe ngomlilo kanjalo namathayi avuthayo.

Umbiko wephephandaba iThe Witness uveza ukuthi isimo sishubile enkabeni yedolobha njengoba abashayeli bamatekisi bevale cishe wonke amarenki.

Abashayeli bamatekisi, abahlome ngezinduku nocelemba, bankanise ezimpambanweni zomgwaqo ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi awekho amatekisi asebenzayo.

Kuvela nemibiko engaqinisekiswanga yokuthi basabisa abashayeli bezimoto ezincane.

Amaphoyisa asexwayise abashayeli ukuba babe mehlomane uma beshayela kuleli dolobha njengoba isimo sisemanzonzo.

IZITHOMBE:


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.