IZITHOMBE: Ubukhazikhazi bomshado omhlophe kaMinnie Dlamini

2017-09-17 15:30

Durban - Osaziwayo baphume ngobuningi babo ukuzokweseka intokazi uMinenhle Dlamini ebopha elikasofa silahlane nesithandwa sakhe.

Le ntokazi kanye nomyeni wakhe uQuinton Jones bahlanganisa imindeni, izihlobo kanye nabangani eLourensford Wine Estate eSomerset West.

Isimo sezulu besibavumela, kanti ubuhle bendalo buhambisana nobuhle bokuhlotshiswa kwenze lo mshado waba ngophambili kakhulu.

Osaziwayo bebezicuphile, kazise phela, bekushada isibutubutu sentombi enhle kanti futhi lo mshado uzovela kumabonakude njengoba kwenziwe uhlelo olubizwa nge-Becoming Mrs Jones oluzoqala ngomhlaka 13 October 2017.

Nazi izithombe:

"//platform.instagram.com/en_US/embeds.js">

#BecomingMrsJones ?? #picoftheday

A post shared by tebogosa (@tebogosa) on

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.