IZITHOMBE: Umfana, 13, ushadelwe yintombi yakhe ekhulelwe

2017-07-29 14:56

Beijing – Abantu abawuvali umlomo ezinkundleni zokuxhumana kulandela ukuthi kusabalale izithombe zomshado wezingane ezineminyaka engu-13 ubudala, zaseChina.

Lo mshado obumncane kuthiwa ububanjelwe eDing’an County, esifundazweni iHainan, eningizimu neChina.

Lezi zithombe ziqale ukubonakala ezinkundleni zokuxhumana ezinsukwini ezimbalwa ezedlule, kanti kuthiwa lezi zingane zashada ezinyangeni ezimbili ezedlule.

Abazithamundayo bathi lo mshado ubuhlelwe ngabazali balezi zingane kulandela ukuthola ukuthi umakoti unezinyanga ezinhlanu ezithwele.

Yize iminyaka yabashadikazi yangempela ingaqinisekiswanga, iBeijing News ithi laba empeleni baneminyaka engu-16 ubudala.

IZITHOMBE:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.