IZITHOMBE: UZodwa Wabantu nesifiso sokuhlangana noMugabe

2017-08-01 19:29

Johannesburg - Owazakhela udumo ngemidanso yakhe endaweni yobumnandi eseMlazi eYadini Lounge, uZodwa Wabantu uthole ukuthi unenqwaba yabalandeli eZimbabwe njengoba ehambele khona nje kulama langa.

UZodwa uphinde wezwakala ethi engakujabulela ukubonana noMengameli wezwe, uRobert Mugabe, njengoba eseZimbabwe.

OLUNYE UDABA:UZodwa Wabantu uyowashaya eBulawayo amavosho

Lokhu kulandela ukusatshiswa ngokuthi angeke amukelwe kuleliya lizwe ngoba uMugabe akazwani nombhedo futhi indlela ayiyo uMugabe akahambisani nayo, kubika iDaily Sun.

UZodwa usanda kuba sematheni kulandela ukuthi ingubo ayayiveza isinqe ayeyigqoke kuVodacom Durban July yavusa imvunge ezinkundleni zokuxhumana abanye bemgxeka bethi uthanda ukubukwa.

Lo nontandakubukwa waveza ukuthi konke okushiwo ngaye akasakunaki.

 - IZITHOMBE namaVIDEO:

Arrival?????????????????????? and it was like this???????????????????

A post shared by zodwalibram (@zodwalibram) on

Owabantu ????????????????????????????????????????

A post shared by zodwalibram (@zodwalibram) on

???????????Greet & meet my people @ Bulawayo???????

A post shared by zodwalibram (@zodwalibram) on

During the day @ Bulawayo greet & meet ???????????????????

A post shared by zodwalibram (@zodwalibram) on

America Zodwa Wabantu listen?????????????

A post shared by zodwalibram (@zodwalibram) on

This is Zimbabwe Bulawayo????????????????. Harare is also inviting me soon??????????????

A post shared by zodwalibram (@zodwalibram) on

From Botswana with Love?????????????

A post shared by zodwalibram (@zodwalibram) on

 - Drum

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.