Izithombe zabasolwa abeqe evenini yamaphoyisa namuhla

2017-08-23 17:59

Amaphoyisa axwayisa izakhamuzi zakuleli ukuba ziqaphele futhi ziphephe ngemuva kokweqa kweziboshwa ezingu-20 evenini zilibangise ejele laseSun City.

Iziboshwa ezingu-20 ebezisalinde ukuqulwa kwamacala azo zeqile ngemuva kokuba abesilisa ebebehlomile behlasele imoto ebithwele iziboshwa ilibhekise ejele.

ULieutenant-Colonel Lungelo Dlamini ngoLwesithathu uthe iziboshwa bezibuyiselwa ejele elidume ngokuthi yiSun City, eningizimu yeGoli, ngemuva kokuvela enkantolo ngoLwesibili ntambama.

Nazi izithombe zabasolwa:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.