IZITHOMBE: Zibulale okungenani abantu abangu-100 izikhukhula eKenya

2018-05-02 16:00

Kubikwa ukuthi kushone okungenani abantu abayikhulu, kwathi abangaphezu kuka-200 000 basala dengwane ngenxa yezikhukhula, ukubihlika komhlaba kanye nezimvula ezinkulu okudonse amasonto amane eKenya.

Inhlangano enikela ngosizo, iRed Cross, ithe ngenxa yalezi zigameko lokhu kungafaniswa nenhlekelele, ngokusho kombiko we-BBC

IRed Cross ithe inokwesabela ukuthi kungase kube nobhedukane we-cholera kanye nezinye izifo ezibhedulwa amanzi kulandela ukuthi iningi lezindlu zigugulwe yizikhukhula.

Lo mbiko uqhube ngokuthi labo abahlala ezindaweni ezithikamezeke kakhulu bakhoselise amakhanda ezikoleni zendawo.

Ukuvaleka kwezitamkoko eNairobi kanye nakwezinye izingxenye zeKenya kungenzeka ukuba yikho okuqubule inkinga njengoba imvula ibilokhu iyidlive njalo, kusho umbiko we-AP ngoMashi.


IZITHOMBE:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.