Izithombe zivithike zaphela izimoto zishayisana

2017-08-13 13:30

Durban - Kushone abantu abathathu kwalimala kabi oyedwa ngesikhathi kushayisana imoto neveni ku-R55 ngase-Olievenhoutbosch eCenturion.

Le ngozi eyenzeke ngoMgqibelo ebusuku ishiye abaningi beshaqekile.

Abe-ER24 bafike kule ndawo phakathi kwamabili bathola owesilisa oneminyaka engu-18 ubudala obehamba nge-BMW esesimweni esibucayi.

Lo wesilisa uphuthunyiswe esibhedlela esiseduze.

OLUNYE UDABA:Ingozi yemoto ishiye kuvalwe ngehlahla emndenini e-KZN

U-Annine Siddall okhulumela abe-ER24 uthe: “Ngeshwa umshayeli we-BMW ushonele endaweni yesigameko. Kubuye kwashona owesilisa nowesame abebehamba ngeveni.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.