IZITHOMBE:Mkhulu umonakalo odalwe isishingishane esihlasele eVaal

2017-12-12 09:31

eThekwini - Balinganiselwa ku-50 abantu abalimale ngenxa yesishingishane esenzeke endaweni yaseVaal Mrina eMidvaal ngoMsombuluko.

Ngokwemibiko ekhishwe wuMasipala waseMidvaal, bangu-300 abasale dengwane ngenxa yokuphephuka nokulimala kwemizi yabo.

UMasipala ebambisene nabaholi bomphakathi, kany enabezimo eziophuthumayo basukume ngokushesha ukuhlola isimo nokutakula labo abalimele.

Abe-ER24 bafike kule ndawo ngo-18h00 ebusuku ngemuva kwemibiko yokulimala kwabantu.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: Sishiye kukubi isishingishane esihlasele eNewcastle ngoMsombuluko

Kuphephuke imijondolo, uphahla lwemizi kwanqamuka nezintambo zikagesi.

Ngesikhathi kuhlolwa isimo sabalimele, kutholakale ukuthi kulo 50, bangu-25 abaphuthunyiswe esibhedlela ukuyothola beyohlolisiswa kahle.

Okwamanje alikacaci kahle izinga lomonakalo odalekile njengoba amaphoyisa nabezimo eziphuthumayo besematasa nokuhlola isimo.

Kuvulwe izikhungo ezimbili zokusiza umphakathi eMidvaal kanye naseMamello


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.