Izitshudeni zase-MUT zifuna kuqine ezokuphepha

2018-05-04 12:33

Durban - Abenyuvesi iMangosuthu University of Technolgy  isisungule ithimba elizongamela ezokuphepha ezindaweni ezihlala izitshudeni kulandela ukubulawa kukaZolile Khumalo, 21, lapho abehlala khona eLongsdale edolobheni ngoLwesithathu.

UThabani Mzolo, 23, uvele kafushane enkantolo ngoLwesine ngecala lokubulala nokutholakala nesibhamu nezinhlamvu esingekho emthethweni. Njengamanje ugqunywe esitokisini.

UZolile Khumali utholwe endaweni yezitshudeni abehlala kuyo eSouth Beach ngoLwesithathu nmtambama.

OLUNYE UDABA:Lihlehliselwe isonto elizayo elosolwa ngokubulala intombi yakhe

Ngemuva kwesigameko sokudubula, umsolwa, okuzwakale ukuthi ubeyisoka likaKhumalo, uThabani Mzolo, 23, ubhale ngesigameko enkundleni yezokuxhumana iFacebook.

Amaphiyisa athi uMzolo uzinikele emaphoyisa.

Okhulumela iMUT uMbali Mkhize uthe kuakhathaza ukuzwa ukuthi kulula kanjani ukuba abantu bangaphandle bakwazi ukungena ngaphakathi.

"Uma sikhetha izinkampani lapho esiphumela khona ngaphandle ukuthola izindawo zokuhlala zabafundi okunye okumele kwenzeke kuzo ukuthi zitshengise ukuthi abafundi bazohlala kanjani. Kuyasethusa ukuthola ukuthi sekulula kakhulu ukuba abantu bangene ngaphakathi," kusho uMkhize.

 - SABC




 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.