Izobabela kwenye inkantolo intatheli eyaxoshwa eSABC

2016-08-06 11:24

Johannesburg – Owayeyintatheli yeSABC uVuyo Mvoko uthi uzobabela kwenye inkantolo ngethemba lokuthi yona izokhipha isinqumo sokuba abuyiselwe emsebenzini.

INkantolo eNkulu yaseGoli isichithile isicelo sakhe izolo.

Funda nalolu daba: Senyukile isibalo sabavotele i-ANC eKZN

Ezinye izintatheli eziyisikhombisa ezaxoshwa ngokuphonsela inselelo imigomo yeSABC zabuyiselwa emsebenzini ngemuva kwesinqumo senkantolo yesabasebenzi.

Uthi uzokuveza enkantolo ukuthi inkontileka yakhe yadatshulwa ngemuva kokuba ekhulume ngokungahambisani kwakhe nesinqumo seSABC sokungasakazi imibhikisho enodlame.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.