Izobanjwa namhlanje inkonzo yesikhumbuzo sikaGugu Zulu

2016-07-26 11:34

Johannesburg – Inkonzo yesikhumbuzo yobengumshayeli wezimoto zomjaho, uGugu Zulu, kulindeleke ibesenkundleni yezimoto zomjaho iKyalami ngoLwesibili.

UZulu ushone ngesikhathi beqwala intaba iMount Kilimanjaro nonkosikazi wakhe uLetshego kanye nabanye abantu baseNingizimu Afrika ngeSonto eledlule.

Wayeyingxenye yohambo lweTrek4Mandela olwaluholwa uSibusiso Vilane.

Funda nalolu daba: Izakhamizi ebezidiniwe zishise ihhovisi le-ANC

UZulu kuthiwa wakhala ngezimpawu okungathi ngezomkhuhlane ngesikhathi beqwala intaba. Babenethemba lokuthi bazofika esicongweni sentaba ngeMandela Day, ngoJulayi 18.

Inhloso yalolu hambo kwakungukuqoqa imali eyosiza ekuthengeleni izingane zamantombazane izinto azisebenzisa uma esendimeni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.