Izonxeshezelwa ngo-R1.2m imindeni yeziguli ezashona kolwase-Life Esidimeni

2018-03-19 14:01

Johannesburg - Amalungelo eziguli eziphazamisekile emqondweni awahlonishwanga futhi ashaywa indiva esigamekweni saseLife Esidimeni, kusho owayeyiPhini leNhloko yamaJaji uDikgang Moseneke ekhipha isinqumo ngalolu daba ngoMsombuluko.

“Zonke izinto lapha zikhomba isihluku,” esho ngosuku lokugcina lwesigcawu, lapho ethe khona kumele imindeni inxeshezelwe.

Imindeni yeziguli eziphazamiseke emqondweni, ezahlukunyezwa nguhulumeni, kumele ikhokhelwe u-R20 000 wezindleko zomngcwabo umndeni ngamunye, u-R180 000 ngokwethuka noma ngokuhlukumezeka abadlula kubona, kanye no-R1-million wamademeshe.

OLUNYE UDABA: Owesifazane uthi walinda izinsuku ezintathu ukususelwa ingane esiswini

Uhulumeni kumele anikeze imindeni isamba semali zingakapheli izinyanga ezintathu kusukela namhlanje ngoMsombuluko.

UMoseneke uthe nakuba isigcawu esifana nalesi singavamile, besidingeka ukuze lolu daba lufinyelele esiphethweni.

Lesi sigcawu sasungulwa ngemuva kokushona kweziguli ezingu-144 kulandela ukususwa kwezingu-1 711 lapho zazihlala khona eLife Esidimeni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.