Izosungula ibhange layo iPost Office

2016-07-09 08:57

Johannesburg - ISouth African Post Office (Sapo) isinikezwe igunya yiBange loMbuso lokuba isungule ibhange layo.

IPost Office isandakufana isicelo kwiBhange loMbuso okuyisinyathelosokuqala sokufuna ukuqala ibhange.

IPostbank isizobhaliswa njengenkampni entsha ukuze ivumeleke ukubolekisa ngemali iphinde isebenze njengebhange ngokugcwele.

Funda nalolu daba: IPost Office ixoshe abasebenzi abangu-228

UNgqongqoshe wezokuXhumana nezamaPosi uSiyabonga Cwele uthi kusakhona imigudu okumele ilandelwe ngaphambi kokuba iSapo ifake isicelo sokuthola ilayisense, kubika i-EWN.

“Isinyathelo esilandelayo ukuxhumana nebhodi kanti sikholelwa ukuthi singakwazi ukwenza lokho ngokushesha bese sisungula inkampani entsha.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.