Izovaleliswa ngenyanga ezayo intokazi eyayibambe esikaBuhle Mda

2016-07-29 17:30

Durban - UTheo Matshoba owawina umncintiswano wokubamba indawo kaBuhle Mda ongumculi we-The Soil usevalelisiwe, kubika iSowetan.

Le ntokazi yayibambele uMda owayethathe ikhefu ukuze alandele ubizo lwakhe izovaleliswa emicimbini ebizwa nge-#ExperienceTheSoil ezoba se-East London nasePort Elizabeth ngenyanga ezayo.

ULuphingo Ngxanga ongumculi waleli qembu uthi kumuncu ukuhamba kukaMatshoba kodwa futhi sebakulindele ukubuya kwentokazi ebaholayo.

“Bekumnandi kakhulu ngoba uTheo osifundisile ukuthi kuningi esingakufunda yize besiqinisa isandla kuye. Bekusetshenzwa kanzima ngesikhathi somsebenzi kodwa manje usezokwazi ukuqhubeka nezifundo zakhe njengoba esebuyile uBuhle,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.