'Izwe alinayo eyokufundisa bonke abafundi mahhala'

2016-11-03 07:31

Cape Town – IPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa lithi izwe ngeke lakwazi ukufundisa bonke abafundi mahhala ezikhungweni zemfundo ephakeme.

"INingizimu Afrika ayinayo imali yokufundisa bonke abafundi mahhala, nakuba kuyisicelo esizwakalayo impela leso," usho kanje ngesikhathi ephendula imibuzo ePhalamende ngoLwesithathu.

Ilungu le-IFP ePhalamende uMkhuleko Hlengwa belibuze ngomgomo kahulumeni eminyakeni engu-22 yentando yabantu, njengoba kwakuyisithembiso se-ANC ukufundisa abantu mahhala ‘esesisuse’ imibhikisho yabafundi.

OLUNYE UDABA: Akesule esikhundleni uZuma - Maimane

"Uma uwufundisisa kahle usomqulu wenkululeko (Freedom Charter), uzothola ukuthi esigabeni sezemfundi, kuthiwa kumele bathole imfundo yamahhala labo abafanelekile,” kuphendula uRamaphosa.

Uthi abafundi abaphila kahle noma abanabazali abadla izambane likaPondo akumele bafundiswe mahhala.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.