Izwe lilahlekelwe kakhulu ngokudlula kukaGugu Zulu - Mbalula

2016-07-18 14:30

Cape Town – UNgqongqoshe wezemiDlalo nokuNgcebeleka uFikile Mbalula, usezwakalise ukushaqeka nokudumala ngokudlula emhlabeni kukaGugu Zulu.

UZulu ushone ezintatha ngoMsombuluko eqwala intaba iMount Kilimanjaro. 

“Kube buhlungu kakhulu ukuzwa ngpokudlula emhlabeni kukaGugu Zulu. Ngimazi njengomngani onenhliziyo emnene.

OLUNYE UDABA: Akasekho emhlabeni umshayeli wezimoto zomjaho kuleli

“INingizimu Afrika imazi njengomshayeli wezimoto zomjaho futhi eyinqwele kulo mdlalo.

“Umndeni wakhe umazi njengomyeni nobaba oqotho. UZulu ushone ezama ukusiza abanye abantu. Ubesemncane kakhulu futhi besisalindele lukhulu kuye,” kusho uMbalula.

UMbalula ube esekhalisana nomndeni wakwaZulu, abangani nabantu bonkana bakuleli.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.