Kokhelwe ngomlilo owokufika kuleli eNorth West

2018-04-22 14:06

Johannesburg - Owokufika kuleli wokhelwe ngomlilo wangqonga eRustenburg eNorth West.

Kubikwe ukuthi lo muntu oshile udabuka eNigeria.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Ofentse Mokgadi uthe isigameko asihlobene nombhikisho onodlame oqubuke esifundazweni ngoLwesithathu.

Uthe kushiswe izimoto ezimbili ezigamekweni ezimbili ezahlukene zishiswa ngabantu abangaziwa.

OLUNYE UDABA:Kushiswe umuzi wosolwa ngokudlwengula

UMokgadi uthe bekungakaboshwa muntu okwamanje kkodwa amaphoyisa ayaphenya.

"Singakuqinisekisa ukuthi kushiswe izimoto ezimbili ezindaweni ezahlukene, zihlishwa ngabasolwa abangaziwa. Kwesinye isigameko kushe indoda ngemuva kokokhelwa ngomlilo. Le ndoda ishonele esibhedlela ngemuva kwesikhashana.

"Okwamanje imbangela yesigameko ayikaziwa kodwa amaphoyisa ayaphenya."

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Trauma/Emergency RN

Cape Town
Mass Staffing Projects
R300 000.00 - R400 000.00 Per Year

New Works Co-Ordinator

Western Cape
Odwyer Personnel
R14 000.00 Per Month

Trainee Auditor

Cape Town
Certified Master Auditors (South Africa) Inc.
R5 000.00 - R15 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.