Konke kumi ngomumo ngemashi ye-Save SA

2017-04-07 07:05

Pretoria – Konke kumi ngomuno ngemashi yeSave SA ezolibhekisa e-Union Buildings ngoLwesihlanu kucelwa ukuba uMengameli Jacob Zuma ehle esikhundleni.

Ohlela izinto kwiSave SA, uThemba Masango, uthi amalungiselelo emashi ahamba kahle. "Abantu balokhu beqhubeke njalo nokusithumelela ama-email, imiqhafazo kanti nakuFacebook kunomuzwa wokulangazelela. Abantu basitshela ukuthi bayeza emashini ngoLwesihlanu.”

UMasango kanye nabanye abaningi abayingxenye yomkhankaso weSave SA bebesenza amalungiselelo okugcina eChurch Square ePitoli lapho kulindeleke ukuba imashi iqale khona.

OLUNYE UDABA: I-DA ithi kumnyama kubomvu iyaqhubeka imashi eThekwini

Abanye abantu bebedansa becula izingoma ezinxusa uZuma ukuba ehle esikhundleni.

UMasango uthe iSave SA iqinise ezokuphepha ngonogada abazimele nangamaphoyisa.

Khonamanjalo,, e-Union Buildings, amaphoyisa enza awawo amalungiselelo.

Kubonakale izimoto zamaphoyisa zehlisa ucingo oluhlabayo ngaphandle kwase-Union Buildings.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.