Konke odinga ukukwazi ngama-Sama kusasa

2017-05-26 12:30

Cape Town – Abahleli bomcimbi wokuklomelisa ngezindondo waminyaka yonke, ama-South African Music Awards (Sama) bathembisa ukubukisa abantu bakuleli into yamehlo kuma-Sama 23 nalapho kulindeke ukuthi kusine kudedelane abaculi abadumile abazobe benandisa esiteji.

Umcimbi omkhulu wama-Sama uzobe useSun City eNorth West ngoMgqibelo mhlaka-27 Meyi 2017 kanti uzosakazwa bukhoma kuSABC1 ngo-20:00 kusihlwa.

OLUNYE UDABA: Kugqame abaculi abasha kowamaSama

Kulo nyaka kugqame kakhulu abaculi abasha ohlwini lwabaculi abaphakanyiselwe emikhakheni eyehlukene kanti noNasty C ungomunye walabo abaqokelwe emikhakheni eminingi.

Zibonele uhlu oluphelele lwabaqokiwe lapha

Phakathi kwabanye babaculi okulindeleke ukuthi banandise kulo mcimbi kubalwa uKhuli Chana, Kwesta, uKelly Khumalo, uDr Tumi kanye noLebo Sekgobela.

Riky Rick

Oyi-CEO yeRiSA nokuyiyona ehlela lo mcimbi, uNhlanhla Sibisi, uthi umcimbi wakulo nyaka uzobe usezingeni eliphezulu kakhulu.

“Awukwazi ukuphuthwa yilokho osekuhlanganiswe yithimba labadidiyeli ukubonisa ukuthi umculo waseNingizimu Afrika umayelana nani. Sibheke ubusuku obukhulu bezimangaliso. “Sibheke phambili ebusukwini obukhulu bezimangaliso kanye nemizuzu yomculo ezoxoxelwa izizukulwane ezizayo.”

Nasty C

Amathikithi atholakala ngo-R395 eComputicket abantu abajwayelekile, bese eba ngu-R795 awezicukuthwane (VIP).

Kelly Khumalo

(Izithombe: Gallo)

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.