Konke sekuhamba kahle kwabodumo lweShumaya

2016-05-13 18:26

Durban – Bathelelane amanzi abeqembu eladuma ngengoma eyashisa izikhotha, iShumaya, kanye noZinhle Ngidi njengoba kuthiwa bazonandisa ndawonye emcimbini ozoba seThekwini.

IDBN Nyts kwake kwavela ukuthi ayiboni ngasolinye noNgidi, njengoba lokho kwafakazeleka esteji yamukela iMetro FM Award, uNgidi waphushelwa ngemuva.

UNgidi kuthiwa waphoqeleka ukuthi ahlale ngemuva kwesiteji ngoba engenalo ithikithi lokungena kumaMetro, kubika iSolezwe.

Kwathi leli qembu selihlabana neyeBest Duo, kwacaca ukuthi kukhona uqhekeko olukhona.

OLUNYE UDABA: Owengoma iShumaya usolwa ngokulaxaza umama wengane

Owaleli qembu, uChoco, uthi bazilungisile izinto noNgidi wathi abalandeli kumele balindele okukhulu okuzoqhamuka kubo.

“Asenzanga kahle ngesikhathi sivalela uZinhle ngaphandle. Sesiyikhulumile leyo nto sayidlulisa,” esho.

UNgidi uthe akasiye umuntu wamagqubu, yingakho ekhethe ukungagxili kokwenzeka ngaphambilini.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.