Konke sekumi ngomumo koweMpucuzeko

2016-07-06 19:01

Durban – Konke sekumi ngomumo koweMpucuzeko kanti namanxusa alo mcimci aseveziwe.

Ngokusho komhleli walo mcimbi uXolani Mcineka, u-Ali “Igeza lakwaMgube” kanye noKhuzani iNdlamlenze Mpungose yibona okuzoba ngamanxusa alo mcimbi.

Igeza okuyilona elihola iqembu lama-ASP lithembise ukuthi lizoqhubeka nokujabulisa abalandeli ngezingoma eziyintandokazi futhi kulokhu kuzobe kucula lona ngqo ngaphandle kokudlala i-CD nokuyinto evame ukwenziwa abanye abaculi.

Phezu kwalaba baculi, lo mcimbi ubophele nabaculi abasebasha nabasafufusa njengoMagic Voice, lo mculi ogama lakhe langempela uSipho Zulu ungene kwazwakala kule mboni.

Njengoba kuwumcimbi wakhe wokuqala lo, uMagic Voice uzobe ethula izingoma ezikwi-albhamu yakhe esanda kuphuma ethi, “Idlamanzi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.