Uthunukele umndeni kamufi abasolwa bephuma phambili ecaleni

2017-03-17 07:13

Hammarsdale - Avele adinda esikaNandi amalungu omndeni womfana, 16, owabulawa ngesikhathi inkantolo ikhipha phambili abasolwa ecaleni lokubulala ngesando elenzeka eHammarsdale.

UThemba Shabalala, 28, noNdumiso Sibiya, 22, bathweswa icala lokubulala uSbonelo Mchunu ngesando esiteshini sesitimela ngonyaka ofile.

UShabalala noSibiya badedelwe namuhla (ngoLwesine) eNkantolo yeMantshi yaseHammarsdale.

OLUNYE UDABA: Uphume phambili enkantolo obesolwa ngokubhunyela isoka ngekhemikhali

I-KZN Eyethu ithole ukuthi abammangalelwa batholwe benecala lokugqekeza esigodini sakwaZibuse.

Namuhla amalungu omndeni athunukale amanxeba ngesikhathi inkantolo isula amacala ala bammangalelwa.

Umama kamufi ukhale ezimathonsi ethi abukho ubulungiswa ezinkantolo.

Lo mama uthe ayilungile indaba yokuthi ingane yakhe ishone bese kuphela kanjalo nje, ababulali baqhubeke nokucanasa ngaphandle.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.