Kubalwa nephoyisa lomgwaqo kwabashone engozini e-KZN

2017-12-30 10:00

Port Shepstone – Kushone abantu abangu-6 kubalwa nephoyisa lomgwaqo ngesikhathi iloli ishayisa izimoto ezintathu emgwwaqeni u-R61 eduzane nasePalm Beach phakathi kwaseMargate nasePort Edward, ogqini oluseningizimu yeKwaZulu-Natal, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

Umthombo wamaphoyisa utshele iNews24 ukuthi leli phoyisa belisebenza ngekhathi kwenzeka isigameko okusolwa ukuthi ayilawulekanga yayoshayisa iphoyisa nezimoto ezaziphambi kwalo ngoLwesihlanu ebusuku.

OLUNYE UDABA:Kushone iphoyisa lomgwaqo engozini

"Ezinye izisulu bezisemotweni eyodwa," kusho umthombo.

Kulimale nabany abantu abahlanu kule ngozi.

"Umshayeli weloli yena uthole imihuzukwana," kusho umthombo.

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal uCaptain Nqobile Gwala uqinisekise isigameko kanjalo nokushona kwephoyisa nabantu abahlanu ngesikhathi sesigameko.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.