Kubambezeleke umngcwabo umndeni ufuna kulotsholwe umufi

2016-05-06 13:31

Bulawayo – Umndeni waseMawabeni, eZimbabwe, ubushaya phansi ngonyawo unqaba ukungcwaba indodakazi yawo eyahamba yayohlala emzini ekubeni bengazange baqede ukuyilobola.

Umndeni wakwaTshabalala ubufuna abasemzini bakhiphe u-$5 500 ngaphambi kokuthi ungcwabe indodakazi yawo, kubika iBulawayo24.

Indodakazi uSiphilisiwe washada noLeonard Sayi ngo-2002 ngemuva kokukhokhelwa amalobolo okuqala kanti banezingane ezimbili.

OLUNYE UDABA: Ufuna ilobolo lakhe owalaxazwa ngunkosikazi

Kuthiwa isidumbu sikaSiphilisiwe besiduve emakhazeni isikhathi esingangesonto, waze wafihlwa ngoLwesithathu ngemuva kokuthi abasemzini bekhokhe u-$600 wamalobolo, bathembisa ngokubuya bazoqedela.

Umndeni wakwaSayi uthi ushaqeke kakhulu ngokuziphatha komndeni kaSiphilisiwe. 

Uthi nokho kudingeke ukuthi le mindeni yomibili ihlale phansi ivumelane ngezinto okumele zikhokhwe abakwaSayi ukuqedela ilobolo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.