Kubanjwa abane behlome ngezamaphoyisa eSunninghill Mall

2016-11-11 14:32

Cape Town – Amaphoyisa abophe amadoda amane atholakale ephethe izibhamu kwinxanxathela yezitolo eSunninghill eGauteng.

Kuthiwa umsolwa oyedwa kubukela sengathi unobudlwelano nomgulukudu omkhulu  uRadovan Krecjir odabuka kwelase-Czech kanye nasekubulaweni kukasomabhizinisi i-Uwe Gemballa.

Ngokusho kukaKaputeni uKay Makhubele laba babanjwe ngezansi eCore Shopping Centre ngoLwesine emini ngemuva kokuthi onogada basole izimoto abebehamba ngazo.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe ababili ngokubulawa kwababili eMall of Africa

"Ngesikhathi lamadoda ebuyela emotweni yabo, bathole sebelindwe amaphoyisa afuna ukubasesha.

Imoto yohlobo lweBMW abebehamba ngayo ibinama-namba puleti amabili angafani abhanqiwe kanti uma ehlolwa kutholakale ukuthi le enye ingeyenye imoto yohlobo lweBMW.

Kutholakale izibhamu, izinhlamvu kanye namavesti amaphoyisa, ikapisi lamaphoyisa kanye no-ova.

"Asazi ukuthi ibiyini inhloso yabo ngokuba kule nxanxathela yezitolo kodwa kubonakala sengathi bebezokwenza ubugebengu."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.